

Wonder lindokuhle
- Rate $15
- Response 1h

$15/hr
1st lesson free
ZItholele ithuba lukufunda Ulimi lwebele olunesigqi. Ukwazi ukulukhuluma ululobe uphinde uluqondisise .wozanendlebe
Lesson location
- online
About Wonder lindokuhle
Mina Wonder lindokuhle shongwe ngingowokuzalwa khona la eningizimu ne afrika. Ngizalwa intombi yakwazulu ngesibongo nangobuzwe. Nensizwa yakwa shongwe ngokwesibongo okhokho mkhulu bakhe babedabuka eswatini.
Ngineminyaka eyevile emashumini amathathu nesihlanu iminyaka. Ngiyibhungu elisakhulayo elizimisele ngokuphokophelela phambile ngempumelelo. Nangolwazi. Ngizimisele ukufunda nokufundisa
About the lesson
- All Levels
- English
All languages in which the lesson is available :
English
Mina Wonder lindokuhle shongwe. Ngifundisa kabanzi ngemvelaphi yami. Okubalwa kukho amasiko, ilimi ,ezemvelo ,okomdabu
*Ezemvelo:uhlobo lwezinyoni, imisindo yazo, ukuthi ziphila kanjani.ziphila ngani.
*Uhlobo lwezinkomo. Imibala yazo, zehlukengani kwezinye.. indlela ezizala ngayo kungaba ukuthi zizala nini kangaki ngonyaka konke lokho ngikufundisa ngolimi lwebele.
*Izihlahla. Uhlobo lwazo ngokwehlukana . Umsebenziwazo zithela nini kangaki ngonyaka . Uma sevithelile Kuba yisikhathi esingakanani ukuthi kuvuthwe izithelo zazo. Kungaba izihlahla zemvelo noma izihlahla zokuItshalela. Ukusentshenziswa ngokokwelapha .okukanye ukuzisebenzisa ngokubaza okuthize.
*Izinambuzane, ubuhle bazo nobungozi bazo. Zitholakala kuphi .ziyayezithande ukudla hloboluni lokudla. Zisiza ngani.
*Inkolo. Inkoleloze okubalwa kuyo umkhuba nesiko. Njengamazulu.Liyini idlozi. iyini inkolo.
Rates
Rate
- $15
Pack prices
- 5h: $77
- 10h: $154
online
- $15/h
travel fee
- + $200
free lessons
The first lesson with Wonder lindokuhle will allow you to get to know each other and discuss your needs for future lessons.
- 1hr
Similar tutors in Vosloorus
Kian
Auckland & online
- $100/h
- 1st lesson free
Aref
Auckland & online
- $80/h
- 1st lesson free
Kajana
Auckland & online
- $110/h
Eman
Auckland & online
- $60/h
- 1st lesson free
Patrick
Auckland & online
- $40/h
Luka
Auckland & online
- $60/h
Jay
Auckland & online
- $95/h
- 1st lesson free
Catherine
Hamilton & online
- $40/h
Kanwal
Auckland & online
- $60/h
- 1st lesson free
Sophie
Auckland & online
- $60/h
Zara
Auckland & online
- $45/h
- 1st lesson free
Gerry
Auckland & online
- $40/h
- 1st lesson free
Sharon
Auckland & online
- $80/h
Kylie
Auckland & online
- $50/h
- 1st lesson free
Paul
Auckland & online
- $69/h
Agil
Auckland & online
- $69/h
- 1st lesson free
Michael
Wellington & online
- $20/h
- 1st lesson free
Pounamu
Tāmaki Makaurau & online
- $50/h
-
See tutors
