

Bawinile's profile and their contact details have been verified by our experts
Bawinile
- Rate $15
- Response 1h

$15/hr
1st lesson free
Igama lami uBawinile Zulu; ngineminyaka engamashumi amane nantathu, ngidabula eBulwer KwaZulu-Natal. IsiZulu ulimi lwasekhaya. Ngokwezinga lemfundo nginomatikuletsheni kuphela; angilitholanga ithuba l
Lesson location
- online
About Bawinile
Igama lami ngiwu Bawinile Zulu. Ngineminyaka engamashumi amabili nantathu. Angiyena uthisha oqeqeshelwe ukufundisa isiZulu. Njengoba isiZulu kuwulimi lwami lwasekhaya ngikuthola kulula kimi ukufundisa ukulukhuluma, ukulubhala nokulufunda. Kubalulekile kimi ukubuyisa isithunzi salolulimi kakhulukazi kubantu abasha njengoba sebegxile kakhulu kulimi lwesiNgisi kakhulu kunolimi lwesiZulu. Kuyangijabulisa nokufundisa abantu abakhuluma ezinye izilimi abafisa ukulufunda ngenhloso yokwazi ukuxhumana ngalo nabanye abantu abakhuluma isiZulu. Ulimi lwesiZulu lumnandi futhi kulula kakhulu ukulufunda, kanti kubalulekile nokwazi ukuthi akhona amagama esizulwini ayimifakela okwazi ukuwathola nakwezinye izilimi. Ngingajabula kakhulu uma ngingathola ithuba loku fundisa lolulimi
About the lesson
- All Levels
- English
All languages in which the lesson is available :
English
IsiZulu ulimi lwami lwasekhaya. Ngikuthola kulula kimi ukusifundisa njengoba ngikwazi ukusifunda kanye nokusibhala. Okusemqoka kakhulu kimi ukumazisa umfundi ngokubaluleka kwalo lolulimi kumfundi ukuze ezokwazi ukulukhuluma, alufunde futhi alubhale ngokuziqhenya nangaphandle kokungabaza. Kubalulekile nokuzipha isikhathi sokumfundisa umfundi ukuthi esizulwini sinawo namagama ayimifakela okwazi ukuwathola nakwezinye izilimi kodwa esho into efanayo nasesizulwini.
Rates
Rate
- $15
Pack prices
- 5h: $75
- 10h: $150
online
- $15/h
free lessons
The first lesson with Bawinile will allow you to get to know each other and discuss your needs for future lessons.
- 1hr
Similar tutors in Johannesburg
Kian
Auckland & online
- $100/h
- 1st lesson free
Aref
Auckland & online
- $80/h
- 1st lesson free
Kajana
Auckland & online
- $110/h
Eman
Auckland & online
- $60/h
- 1st lesson free
Patrick
Auckland & online
- $40/h
Luka
Auckland & online
- $60/h
Jay
Auckland & online
- $95/h
- 1st lesson free
Catherine
Hamilton & online
- $40/h
Kanwal
Auckland & online
- $60/h
- 1st lesson free
Sophie
Auckland & online
- $60/h
Sharon
Auckland & online
- $80/h
Zara
Auckland & online
- $45/h
- 1st lesson free
Gerry
Auckland & online
- $40/h
- 1st lesson free
Kylie
Auckland & online
- $50/h
- 1st lesson free
Paul
Auckland & online
- $69/h
Agil
Auckland & online
- $57/h
- 1st lesson free
Michael
Wellington & online
- $20/h
- 1st lesson free
Pounamu
Tāmaki Makaurau & online
- $50/h
-
See tutors
